musicas.mus.br
Letras de músicas - letra de música - letra da música - letras e cifras - letras traduzidas - letra traduzida - lyrics - paroles - lyric - canciones - MOYA WAMI (FEAT. NAXION CROSS) - NOMFUNDO MOH - música e letra
Utilize o abecedário abaixo para abrir as páginas de letras dos artistas
Moya Wami (feat. NaXion Cross) letra
Oh lomhlaba esiphila kuwo
Wonakele umhlaba lo
Bangangfela ngamathe
Bangikhwahle ngamatshe
Kodwa baba ulondoloze umoya wami
Thilele webaba ngonile
Thilele webaba ngonile
Ngiyazehlisa kuwe baba
Webaba ngonile
Emihleni emhlabeni
Gcin’ umoya wami
Kukho konke baba
Uzukhusele umoya wami
Emihleni emhlabeni
Gcin’ umoya wami
Kukho konke baba
Uzukhusele umoya wami
Khusela (khusel’ umoya wami)
Khusela (khusel’ umoya wami)
Khusela (khusel’ umoya wami)
Khusela (khusel’ umoya wami)
Ngidlul’ ezintweni
Ngingenal’ ithemba
Ezimweni zonke baba wangdlulisa
Ngoba wena awumdel’ umuntu
Musa wakho ave umukhulu
Hallelujah udumo lukuwe!
Ma mangiyekelelwa nguwe
Ngophalala njengamanzi
Njengojobe
Bangakthatha konke kodwa
Bashiy’ umoya wami
Emihleni emhlabeni
Gcin’ umoya wami
Kukho konke baba
Uzukhusele umoya wami
Emihleni emhlabeni
Gcin’ umoya wami
Kukho konke baba
Uzukhusele umoya wami
Khusela (khusel’ umoya wami)
Khusela (khusel’ umoya wami)
Khusela (khusel’ umoya wami)
Khusela (khusel’ umoya wami)
Nomfundo Moh - Letras
top 30 músicas
©2003 - 2024 - musicas.mus.br